Video Ngeke Balunge de Mafikizolo 2025 Afro Lyrics

Escucha la música Afro más popular de Mafikizolo y otros artistas en línea. Disfruta de las mejores canciones de 2025 en Musicas-Cristianas de música en línea. ¡Encuentra tu canción favorita y escúchala en cualquier momento y en cualquier lugar!

Video Ngeke Balunge » Mafikizolo Letra

INICIOMafikizoloNgeke Balunge

Mafikizolo - Ngeke Balunge Lyrics

"Ngeke Balunge" lyrics Mafikizolo Lyrics "Ngeke Balunge"

Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi
Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi

Ake basiqhelele, basinik' umoya
Ake basiqhelele, bayek' umona
Ake basixolele, basinik' umoya
Ayi abasixolele, bayek' umona

Ngeke balunge
Ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
Ngeke balunge
Ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Bazondiza ngemishanelo abathakathi yhoo
Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona

Abadede impela (abadede impela)
Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi)
Abadede impela (abadede impela)
Kufike thina (kufike thina)
Abadede impela (abadede impela)
Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi)
Abadede impela (abadede impela)
Kufike thina (kufike thina)

Aw weeh (weeh)
Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi)
Aw weeh (weeh)
Kufike thina (kufike thina)
Aw weeh (weeh)
Kufik' izingwazi (kufik' izingwazi)
Aw weeh (weeh)
Kufike thina (kufike thina)

Ngeke balunge
Ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
Ngeke balunge
Ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge
Ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
Ngeke balunge
Ngeke basiqede
Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke Balunge » Mafikizolo Letras !!!
Esta sitio web no aloja ningún tipo de archivo audio o video© Musicas-Cristianas 2025 España | Chile - Argentina - México. Todos los derechos reservados.

Escuchar músicas enlinea gratis, 2025 Escuchar Música Online, Música en Línea 2025, Música en Línea Gratis, Escuchar Música Gratis, Música Online 2025, Escuchar Música

Música 2025, Música 2025 Online, Escuchar Música Gratis 2025, Músicas 2025 Gratis, Escuchas top, Música de Moda.